Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UEksodusi 32:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Bonke abantu bagqabula amacici egolide ayesezindlebeni zabo, bawaletha ku-Aroni.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Bonke abantu bakhumula-ke amacici egolide asezindlebeni zabo, bawayisa ku-Aroni.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 Bonke abantu bawakhumula amacici ayesezindlebeni zabo, bawaletha ku-Aroni.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UEksodusi 32:3
10 Iomraidhean Croise  

Kwathi amakamela eseqedile ukuphuza, indoda yathatha icici legolide, inxenye yeshekeli, namasongo amabili ezandleni zayo, amashekeli ayishumi egolide;


Bamnika uJakobe zonke izithixo zabezizwe ezazisesandleni sabo, namacici ayesezindlebeni zabo; uJakobe wakuthukusa phansi kwesihlahla somtholo esasiseShekemi.


U-Aroni wayesethi kubo: “Khumulani amacici egolide asezindlebeni zabafazi benu, amadodana enu namadodakazi enu, niwalethe kimi.


Wasithatha esandleni sabo, wasenza ngethuluzi lokugcoba, esesenze ithole elibunjiweyo; bathi: Laba bangonkulunkulu bakho, Israyeli, abakukhuphulayo elizweni leGibhithe.


Abantwana bakwa-Israyeli bakhumula izivunulo zabo entabeni yaseHorebe.


Amaketanga, namasongo, nezinsimbi,


Bakhipha igolide esikhwameni, bakala isiliva esikalini, baqasha umkhandi wegolide; futhi ulenza libe unkulunkulu; bayawa phansi, yebo, bayakhuleka.


Isiliva elinezingcwephe lilethwa livela eTharishishi, negolide lase-Ufazi, umsebenzi wengcweti nowezandla zomkhandi; izingubo zabo ziluhlaza nokububende; konke kungumsebenzi wamadoda anobuqili.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan