Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UEksodusi 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kwasekuvela inkosi entsha phezu kweGibhithe uJosefa ayengayazi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwavela inkosi entsha eGibithe eyayingamazi uJosefa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 Kwaba khona inkosi entsha eGibhithe eyayingamazi uJosefa.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UEksodusi 1:8
10 Iomraidhean Croise  

Waguqula izinhliziyo zabo ukuba bazonde abantu bakhe, baziphathe ngobuqili izinceku zakhe.


Hamba, ubuthe amalunga akwa-Israyeli, uthi kuwo: INkosi, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, ka-Isaka, noJakobe, ibonakele kimi, yathi: Nginihambele, ngabona okwenziwa kini. EGibhithe:


UJehova wathi: “Ngikubonile nokukubona ukuhlupheka kwabantu bami abaseGibithe, nokukhala kwabo ngezinceku zabo ngikuzwile; ngokuba ngiyazazi izinsizi zabo;


Manje, bheka, ukukhala kwabantwana bakwa-Israyeli kwafika kimi, futhi ngabona ukucindezela abaseGibhithe ababebacindezela ngakho.


Kwafunyanwa kuwo indoda empofu ehlakaniphileyo, yawusindisa umuzi ngokuhlakanipha kwayo; nokho akakho owamkhumbula lowo muntu ompofu.


Kwaze kwavela enye inkosi eyayingamazi uJosefa.


Yona yaphatha izihlobo zethu ngobuqili, yabaphatha kubi obaba, baze baxotsha abantwana babo, ukuze bangaphili.


AbaseGibithe basincenga ngokuthukuthela, basicindezela, basigqilaza kanzima.


Sonke leso sizukulwane sabuthelwa koyise, kwavela esinye isizukulwane emva kwaso uJehova ayengasazi nemisebenzi ayeyenzele u-Israyeli.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan