UDuteronomi 9:10 - Contemporary Zulu Bible 202410 UJehova wanginika izibhebhe ezimbili zamatshe zilotshwe ngomunwe kaNkulunkulu; kwakulotshwe kuyo njengawo wonke amazwi uJehova awakhuluma kini entabeni phakathi komlilo ngosuku lokuhlangana. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE10 UJehova wanginika lezo zibhebhe ezimbili zamatshe, zilotshwe ngomunwe kaNkulunkulu; kwakulotshwe kuzona njengamazwi onke uJehova awakhuluma kini entabeni, ephakathi komlilo ngosuku lokuhlangana. Faic an caibideilIsiZulu 202010 USimakade wanginika izibhebhe ezimbili zamatshe, zilotshwe ngomunwe kaNkulunkulu. Kwakulotshwe kuzo wonke amazwi uSimakade ayewakhulume kini entabeni, ephakathi komlilo, ngosuku lokuhlangana. Faic an caibideil |