Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDuteronomi 28:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Uyakubusiswa emzini, ubusiswe nasensimini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 “Uyakubusiswa emzini, ubusiswe nasensimini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 “Uyakubusiswa emzini, ubusiswe nasensimini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDuteronomi 28:3
15 Iomraidhean Croise  

U-Isaka wahlwanyela kulelo zwe, wazuza ngokuphindwe kayikhulu ngawo lowo mnyaka, uJehova wambusisa.


Kusukela esikhathini eyambeka ngaso ukuba abe yinduna phezu kwendlu yayo naphezu kwakho konke okwayo, uJehova wayibusisa indlu yowaseGibithe ngenxa kaJosefa; isibusiso sikaJehova sasiphezu kwakho konke okwayo endlini nasensimini.


Lapho inkosi isizwa amazwi omthetho, yaklebhula izingubo zayo.


Dumisani uJehova. Ubusisiwe umuntu omesabayo uJehova, othokoza ngemithetho yakhe.


Imbewu isekhona yini esiphaleni na? yebo, umvini, nomkhiwane, nomhalananda, nomnqumo, akukatheli; kusukela namuhla ngizokubusisa.


INkosi inibusise futhi ikuvikele.


“Uyakuqalekiswa emzini, uqalekiswe nasensimini.


Iyakubusiswa inzalo yesisu sakho, nenzalo yezwe lakho, nenzalo yezinkomo zakho, nesanda sezinkomo zakho, nezimvu zezimvu zakho.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan