UDuteronomi 24:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Lapho umuntu ethatha umfazi omutsha, kayiyikuphuma impi, njalo angeze athwesa omunye umsebenzi; kodwa kumelwe akhululeke ekhaya unyaka owodwa, nomkakhe amthathile, ejabule. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 “Nxa umuntu ethatha umfazi omusha, akayikuphuma impi, anganikwa futhi umsebenzi noma yimuphi; uyakuhlala ekhululekile ekhaya umnyaka, athokozise umkakhe amthathileyo. Faic an caibideilIsiZulu 20205 “Uma umuntu esanda kuthatha umfazi, akayukuphuma aye empini, futhi akayukunikwa noma yimuphi umsebenzi; uyohlala ekhaya ekhululekile unyaka, athokozise umkakhe amthathileyo.” Faic an caibideil |