Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDuteronomi 23:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kodwa lapho kusihlwa kumelwe ageze ngamanzi; kuthi lapho selishonile ilanga, abuyele ekamu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 kepha ngakusihlwa uyakugeza ngamanzi, nanxa selishonile ilanga, uyakungena ekamu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

11 kodwa kusihlwa uyogeza ngamanzi, lapho selishonile ilanga, uyongena enkanjini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDuteronomi 23:11
20 Iomraidhean Croise  

Ngigezisise ebubini bami, ungihlanze esonweni sami.


Ngihlanze ngehisopi, ngihlambuluke; ngigeze, ngibe mhlophe kuneqhwa.


Khona ngiyakufafaza amanzi ahlanzekileyo phezu kwenu, nihlambuluke; ngiyakunihlambulula kukho konke ukungcola kwenu nakubo bonke onkulunkulu benu abangcolileyo.


Noma ubani othwala noma iyiphi ingcuba yazo kumelwe ahlanze izingubo zakhe abe ongcolile kuze kuhlwe.


Kodwa ngosuku lwesikhombisa kumelwe aphuce zonke izinwele zakhe zekhanda lakhe nesilevu sakhe namashiya akhe, yebo, zonke izinwele zakhe kumelwe aphuce; kumelwe ahlanze izingubo zakhe, ageze nomzimba wakhe ngamanzi, abe ohlanzekile.


Noma yimuphi ocucuzayo amthinta futhi engagezanga izandla zakhe ngamanzi, kumelwe ahlanze izingubo zakhe, ageze ngamanzi, abe ngongcolile kuze kuhlwe.


Nxa ocucuzayo esehlambulukile ekucucuzeni kwakhe; khona-ke kumelwe azibalele izinsuku eziyisikhombisa zokuhlanjululwa kwakhe, futhi kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ageze umzimba wakhe ngamanzi agobhozayo, futhi uyohlambuluka.


Uma umuntu ephuma kuye isitho sakhe sobulili, kumelwe ageze wonke umzimba wakhe ngamanzi abe ongcolile kuze kuhlwe.


Noma ubani othinta umbhede wakhe kumelwe ahlanze izingubo zakhe futhi ageze ngamanzi abe ongcolile kuze kuhlwe.


Umphefumulo othinte into enjalo uyoba ongcolile kuze kuhlwe futhi ngeke uzidle izipho ezingcwele ngaphandle kokuba ugeze umzimba wakhe ngamanzi.


Mina nginibhapathiza ngamanzi kukho ukuphenduka; kepha ozayo emva kwami unamandla kunami, engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe;


Uma kukhona phakathi kwenu ongahlambulukile ngenxa yokungcola, ezithinta ebusuku, makaphume ekamu, angangeni ekamu.


Uzakuba lendawo ngaphandle kwenkamba, lapho ozasuka khona;


Masisondele ngenhliziyo eqinisileyo, sinesiqinisekiso esigcwele sokukholwa, izinhliziyo zethu zifafaziwe kunembeza omubi, nemizimba yethu igeziwe ngamanzi acwebileyo.


Umfanekiso onjengawo umbhapathizo osusisindisa ngawo manje, kungesikho ukususa insila yenyama, kodwa impendulo kanembeza omuhle kuNkulunkulu, ngokuvuka kukaJesu Kristu;


nakuJesu Kristu, ongufakazi othembekileyo, nezibulo kwabafileyo, nombusi wamakhosi omhlaba. Kuye owasithandayo nowasigeza ezonweni zethu ngegazi lakhe.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan