UDuteronomi 21:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Futhi uma ungathokozi ngaye, kumelwe umyeke aye lapho ethanda khona; kodwa ungamthengisi neze ngemali, ungamenzeli ukuhweba, ngokuba umphoxile. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Kepha uma ungathokozi ngaye, womyeka ukuba ahambe, aye lapho ethanda khona; kodwa awuyikuthengisa ngaye neze ngemali, ungamphathi njengesigqila, ngokuba usumonile. Faic an caibideilIsiZulu 202014 Kepha uma ungenelisekile ngaye, uyomkhulula ahambe aye lapho ethanda ukuya khona; impela awuyukuthengisa ngaye ngemali, awuyukumphatha njengesigqila, ngokuba umthele ngehlazo, walala naye.” Faic an caibideil |