Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDuteronomi 20:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Nxa nisondela emzini ukulwa nawo, shumayelani ukuthula kuwo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 “Nxa usondela emzini ukulwa nawo, mawumemezele ukuthula kuwo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

10 “Kuyothi lapho ususondele emzini oyolwa nawo, umemezele ukuthula kuwo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDuteronomi 20:10
13 Iomraidhean Croise  

Ngiyadala isithelo sezindebe; Ukuthula, ukuthula kuye okude nakuye oseduze,” usho uJehova; ngiyakumphulukisa.


Ngiyakunquma inqola kwa-Efrayimi nehhashi eJerusalema, umnsalo wokulwa unqunywe; futhi uyokhuluma ukuthula kwabezizwe; ukubusa kwakhe kuyakuba kusukela olwandle kuze kufike elwandle, futhi kusukela emfuleni iNayile kuze kube semikhawulweni yomhlaba.


Ilizwi uNkulunkulu alithumela kubantwana bakoIsrayeli, etshumayela ukuthula ngoJesu Kristu, yena oyiNkosi yabo bonke;


Zonke izinto zivela kuNkulunkulu, owasenza ukuba sibuyisane naye ngoKristu, wasinika inkonzo yokubuyisana;


Weza washumayela ivangeli lokuthula kinina enanikude, nakubo abaseduze.


Ngathuma izithunywa zisehlane laseKedemoti kuSihoni inkosi yaseHeshiboni ngamazwi okuthula, ngathi:


Uma kukuphendule ngokuthula, kukuvulekele, zonke izizwe ezifunyanwa kuwo ziyakuba ngabathelisi bakho, zikukhonze.


Lapho izikhulu seziqedile ukukhuluma nabantu, kumelwe zibeke izinduna zamabutho ukuba zihole abantu.


UJefta wayesethuma izithunywa enkosini yabantwana bakwa-Amoni ukuthi: “Nginamsebenzi muni nawe ukuba uze kimi ukulwa ezweni lami na?”


Ibandla lonke lathuma ukukhuluma nabantwana bakwaBenjamini ababesedwaleni laseRimoni, ukuba bababizele ukuthula.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan