UDuteronomi 19:19 - Contemporary Zulu Bible 202419 Khona-ke kumelwe wenze kuye njengoba nje ebecabanga ukwenza kumfowabo; ngakho kufanele ususe ububi phakathi kwakho. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 niyakwenza kuye njengalokho ebecabange ukwenza kumfowabo; kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho. Faic an caibideilIsiZulu 202019 uyokwenza kuye lokho abehlose ukukwenza kumuntu wezwe lakubo; uyobususa kanjalo ububi phakathi kwenu. Faic an caibideil |
Lowo mprofethi, noma lowomphuphi wamaphupho, uyobulawa; ngoba ukhulume ukuthi akususe kuJehova uNkulunkulu wakho owakukhupha elizweni leGibhithe, wakuhlenga endlini yobugqili, ukuthi akuxotshe endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akulaya ukuthi uhambe ngayo. Ngalokho kumelwe ususe ububi phakathi kwakho.