UDuteronomi 17:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Uyakumkhiphela phandle leyo ndoda noma lowo wesifazane owenze lokho okubi emasangweni akho, leyo ndoda noma lowo wesifazane, umkhande ngamatshe, baze bafe. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 uyakukhiphela lowo wesilisa noma lowo wesifazane owenze leyo nto embi emasangweni akho, lowo wesilisa noma lowo wesifazane umkhande ngamatshe ukuba afe. Faic an caibideilIsiZulu 20205 lowo wesilisa noma wesifazane uyomkhiphela ngaphandle komuzi lokhu enzile into embi, umkhande ngamatshe, aze afe. Faic an caibideil |
Lowo mprofethi, noma lowomphuphi wamaphupho, uyobulawa; ngoba ukhulume ukuthi akususe kuJehova uNkulunkulu wakho owakukhupha elizweni leGibhithe, wakuhlenga endlini yobugqili, ukuthi akuxotshe endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akulaya ukuthi uhambe ngayo. Ngalokho kumelwe ususe ububi phakathi kwakho.