UDuteronomi 15:6 - Contemporary Zulu Bible 20246 Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakukubusisa njengokukwethembisa kwakhe, uyakutsheleka izizwe eziningi, kepha wena ungatsheleki lutho kuzo; uyakubusa izizwe eziningi, kepha zona aziyikukubusa. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho uyakukubusisa njengokukwethembisa kwakhe, utsheleke izizwe eziningi, kepha ungatsheleki lutho kuzo; uyakubusa izizwe eziningi, kepha zona aziyikukubusa wena. Faic an caibideilIsiZulu 20206 USimakade uNkulunkulu wenu uyonibusisa njengokwethembisa kwakhe, niyotsheleka izizwe eziningi, kodwa nina ningatsheleki lutho kuzo. Niyobusa izizwe eziningi, kepha zona aziyukunibusa. Faic an caibideil |