UDaniyeli 5:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 Base beletha izitsha zegolide ezazithathwe ethempelini lendlu kaNkulunkulu eyayiseJerusalema; inkosi nezikhulu zayo, nawomkayo, nezancinza zayo baphuza kuyo. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Base beletha izitsha zegolide ezazikhishwe ethempelini lendlu kaNkulunkulu yaseJerusalema, inkosi, nezikhulu zayo, nawomkayo, nezancinza zayo baphuza ngazo. Faic an caibideilIsiZulu 20203 Base beziletha izitsha zegolide ezazithathwe ethempelini eliyindlu kaNkulunkulu, eJerusalema; inkosi, izikhulu zayo, omkayo, nezancinza zayo baphuza ngazo. Faic an caibideil |
Kodwa wena uziphakamisile eNkosini yezulu; aletha izitsha zendlu yakhe phambi kwakho, wena nezikhulu zakho, omkekho, nezancinza zakho naphuza ngazo iwayini; utusile onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabemithi, nabetshe, abangaboniyo, abangezwa, nabangazi; futhi uNkulunkulu okuphefumula kwakho kusesandleni sakhe, futhi owakhe zonke izindlela zakho, awumkhazimulisanga.