UDaniyeli 10:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Ngomnyaka wesithathu kaKoresi inkosi yasePheresiya kwembulelwa uDaniyeli ogama lakhe linguBeliteshasari; le ndaba yayiqinisile, kepha isikhathi esimisiwe sasiside; wayiqonda indaba, waqonda nombono. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Ngomnyaka wesithathu kaKoresi, inkosi yasePheresiya, uDaniyeli ogama lakhe labizwa ngokuthi uBeliteshasari wambulelwa izwi; izwi laliqinisile, lalingukulwa okukhulu; waliqonda izwi, waqonda nombono. Faic an caibideilIsiZulu 20201 Ngonyaka wesithathu kaKhoresi, inkosi yasePheresiya, uDaniyeli ogama lakhe labizwa ngokuthi uBhelitheshazari wambulelwa izwi; izwi laliqinisile, lalingukulwa okukhulu; waliqonda izwi, waqonda nombono. Faic an caibideil |
Ngomnyaka wokuqala wenkosi uKoresi, inkosi uKoresi yakhipha umyalo ngendlu kaNkulunkulu eJerusalema, yathi: “Makwakhiwe indlu, indawo lapho bekuhlatshelwa khona imihlatshelo, zimiswe izisekelo zayo, ziqine; ukuphakama kwawo kube yizingalo ezingamashumi ayisithupha, nobubanzi bawo buyizingalo ezingamashumi ayisithupha;