Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




UDaniyeli 1:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kwathi ekupheleni kwezinsuku inkosi eyayithe mabangeniswe ngazo, induna yabalindi yabangenisa phambi kukaNebukadinesari.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngasekugcineni kwezinsuku inkosi eyayishilo ukuthi bazakungeniswa ngazo, induna yabathenwa yabangenisa phambi kukaNebukadinesari.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

18 Ngasekugcineni kwezinsuku inkosi eyayishilo ukuthi bazakungeniswa ngazo, induna yabathenwa yabangenisa phambi kukaNebukhadinezari.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




UDaniyeli 1:18
4 Iomraidhean Croise  

Kepha laba bantwana abane uNkulunkulu wabanika ukwazi nokuqonda kuyo yonke imfundo nokuhlakanipha; uDaniyeli wayenengqondo kuyo yonke imibono namaphupho.


Inkosi yasikhuluma kubo; futhi phakathi kwabo bonke akutholakalanga owayenjengoDaniyeli, uHananiya, uMishayeli, no-Azariya; ngakho bema phambi kwenkosi.


Inkosi yababekela isabelo semihla ngemihla sokudla kwenkosi nesewayini eliphuzayo; ngakho wabapha ukudla iminyaka emithathu, ukuze ekupheleni kwayo beme phambi kwenkosi.


Khona-ke uDaniyeli wangena wacela enkosini ukuba imnike isikhathi nokuba abonise incazelo enkosini.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan