IsiHlabelelo seziHlabelelo 3:4 - Contemporary Zulu Bible 20244 Ngadlula kubo kancane, kepha ngamfumana othandwa ngumphefumulo wami; Ngambamba, angizange ngimyeke, ngaze ngamngenisa endlini kamama, ekamelweni lalowo owangithwala. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE4 Ngangidlule kancane nje kubo; ngase ngimthola othandwa ngumphefumulo wami; ngambamba, angivumanga ukuba ahambe, ngaze ngamngenisa endlini kamame nasekamelweni lowangikhulisayo. Faic an caibideilIsiZulu 20204 Ngithe nje ukwedlula kancane kubo, ngase ngizithela kothandwa ngumphefumulo wami. Ngambamba, ngamnkonkoshela angavuma ukuba ahambe, ngaze ngamfaka endlini kamame, nasekamelweni lalowo engavundla esiswini sakhe. Faic an caibideil |