Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




NgokukaMarku 8:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Wabubula kakhulu emoyeni wakhe, wathi: “Lesi sizukulwane sifunelani isibonakaliso na? ngiqinisile ngithi kini: Lesi sizukulwane asiyikunikwa sibonakaliso.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wabubula emoyeni wakhe, wathi: “Lesi sizukulwane sifunelani isibonakaliso na? Ngiqinisile ngithi kini: Lesi sizukulwane asiyikunikwa sibonakaliso.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

12 UJesu wabubula emoyeni wakhe, wathi: “Lesi sizukulwane sifunelani isibonakaliso na? Ngiqinisile ngithi kini: lesi sizukulwane asiyukunikwa sibonakaliso.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Wabubula kakhulu emoyeni wakhe, wathi: “Lesi sizukulwane sifunelani isibonakaliso na? ngiqinisile ngithi kini: Lesi sizukulwane asiyikunikwa sibonakaliso.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




NgokukaMarku 8:12
15 Iomraidhean Croise  

Udelelekile, waliwa ngabantu; umuntu wosizi nojwayelene nosizi; futhi samfihlela ubuso bethu njengokungathi; wayedelelekile, futhi asizange simhloniphe.


Base bephendula abanye bababhali nabaFarisi, bathi: Mfundisi, sithanda ukubona isibonakaliso esivela kuwe.


Isizukulwane esibi nesiphingayo sifuna isibonakaliso; futhi kasiyikunikwa sibonakaliso, ngaphandle kwesibonakaliso sikaJona umprofethi. Wabashiya, wahamba.


Wabaqalaza ngokuthukuthela, edabukile ngobulukhuni benhliziyo yabo, wathi kumuntu: Yelula isandla sakho. Waseselula; saphiliswa isandla sakhe saba njengesinye.


Wamangala ngokungakholwa kwabo. Wahamba imizi ngemizi efundisa.


Wabheka phezulu ezulwini, wabubula, wathi kuye: “Efatha,” okungukuthi, Vula!


Wabashiya, wabuye wangena emkhunjini, waya ngaphesheya.


Wasephendula wathi kuye: O sizukulwane esingakholwayo, koze kube nini nginani? koze kube nini nginibekezelela? mletheni kimi.


Esesondele wawubona umuzi, wawukhalela;


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan