Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




NgokukaMarku 16:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ekuseni kakhulu ngolokuqala lweviki bafika ethuneni seliphumile ilanga.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Ekuseni kakhulu ngosuku lokuqala lweviki beza ethuneni ekuphumeni kwelanga.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

2 Ekuseni kakhulu ngosuku lokuqala lweviki, bafika ethuneni ekuphumeni kwelanga.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Ekuseni kakhulu ngolokuqala lweviki bafika ethuneni seliphumile ilanga.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




NgokukaMarku 16:2
6 Iomraidhean Croise  

Khona-ke inkosi yavuka ekuseni kakhulu yaphuthuma emphandwini wezingonyama.


Ekupheleni kwesabatha, ngovivi ngolokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, bezobona ithuna.


Selidlulile isabatha, oMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe, noSalome bathenga amakha ukuba beze bamgcobe.


Basebekhulumisana besithi: Ngubani ozakusigingqela ilitshe lisuke emnyango wengcwaba?


Kwathi ngolokuqala lweviki, kusesekuseni kakhulu, bafika ethuneni bephethe amakha ababewalungisile, labanye kanye labo.


Ngolokuqala lweviki uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe ethuneni.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan