Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




NgokukaMarku 13:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Mfundisi, bheka ukuthi amatshe anjani nezakhiwo ezingaka!

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kuthe ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Mfundisi, bheka amatshe anjani nezakhiwo ezinjani!”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

1 Kuthe lapho ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe, wathi kuye: “Mfundisi, ake ubheke ubuhle balawa matshe nobuhle balezi zakhiwo!”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Mfundisi, bheka ukuthi amatshe anjani nezakhiwo ezingaka!

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




NgokukaMarku 13:1
9 Iomraidhean Croise  

UJeremiya wathi kuSeraya: “Uma ufika eBabele, ubone, ufunde onke lawa mazwi;


Amakherubi aphakamisa amaphiko awo, asuka emhlabeni phambi kwamehlo ami; inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yayiphezu kwabo.


Inkazimulo kaJehova yenyuka isuka ekherubini, yema embundwini wendlu; indlu yagcwala ifu, negceke lagcwala ukubenyezela kwenkazimulo kaJehova.


Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, uyakubona abakwenzayo na? nezinengiso ezinkulu indlu yakwa-Israyeli ezenzayo lapha, ukuba ngisuke ngide nendlu yami engcwele na? kodwa uphenduke futhi, njalo uzabona izinto ezesabekayo ezinkulu.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan