Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Mathewu 21:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wasesithi kubo: Kulotshiwe ukuthi: Indlu yami izabizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka; kepha nina niyenze umhume wabaphangi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wathi kubo: “Kulotshiwe ukuthi: ‘Indlu yami iyakubizwa ngokuthi indlu yokukhuleka,’ kepha nina niyenza ‘umhume wabaphangi.’ ”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

13 Wathi kubo: “Kulotshiwe ukuthi: ‘Indlu yami iyakubizwa ngokuthi indlu yokukhuleka,’ kepha nina niyenza umhume wabaphangi.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Wasesithi kubo: Kulotshiwe ukuthi: Indlu yami izabizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka; kepha nina niyenze umhume wabaphangi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Mathewu 21:13
8 Iomraidhean Croise  

Ubufakazi bakho buqinile kakhulu; ubungcwele buyindlu yakho, Jehova, kuze kube phakade.


Ngisho nami ngiyobaletha entabeni yami engcwele futhi bajabule endlini yami yokukhuleka; iminikelo yabo yokushiswa neminikelo yabo iyakwamukeleka e-altare lami; ngoba indlu yami izabizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka yabantu bonke.


Le ndlu ebizwa ngegama lami isiphenduke umhume wabaphangi emehlweni enu na? Bheka, nami ngikubonile,” usho uJehova.


Basebesithi kuye: EBetlehema laseJudiya, ngoba kulotshiwe kanje ngomprofethi ukuthi:


Wafundisa, wathi kubo: “Akulotshiwe yini ukuthi: ‘Indlu yami iyakubizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka yezizwe zonke’? kepha nina niyenze umhume wabaphangi.


Wangena ethempelini, waqala ukuxosha ababethengisa kulo nabathengayo;


wathi kubo: Kulotshiwe ukuthi: Indlu yami yindlu yokukhuleka;


Kodwa lokhu kwenzeka ukuze kugcwaliseke ilizwi elilotshiweyo emthethweni wabo elithi: Bangizonda ngeze.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan