Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Mathewu 20:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Esevumelene nezisebenzi ngodenariyu ngosuku, wazithumela esivinini sakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Esevumelene nezisebenzi ngodenariyu* ngosuku, wazithumela esivinini sakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

2 Esevumelene nezisebenzi ngodenariyu ngosuku, wazithumela esivinini sakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Esevumelene nezisebenzi ngodenariyu ngosuku, wazithumela esivinini sakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Mathewu 20:2
24 Iomraidhean Croise  

Futhi lapho nje ngisuka kuwe, uMoya kaJehova uzokuyisa lapho engingazi khona; uma ngifika ngitshele u-Ahabi, angakufumani, uyakungibulala; kepha mina, inceku yakho, ngiyamesaba uJehova kwasebusheni bami.


Ngoba ngomnyaka wesishiyagalombili wokubusa kwakhe, esemncane, waqala ukufuna uNkulunkulu kaDavide uyise; ngomnyaka weshumi nambili waqala ukuhlambulula uJuda neJerusalema, wasusa izindawo eziphakemeyo, neziqu zemithi, nezithombe ezibaziweyo, nezithombe ezibunjiweyo.


Cabanga ngoMdali wakho emihleni yobusha bakho, zingakafiki izinsuku ezimbi, ingasondeli iminyaka, uma uthi: Angithokozi ngayo;


Kodwa leyonceku yasiphuma, yafica enye inceku kanye layo eyayimkweleda wabodenariyo abalikhulu, yambamba, yayikhama, yathi: Ngikhokhele okukweletayo.


Ngokuba umbuso wezulu ufana nomuntu ongumninindlu, owaphuma ekuseni ukuyoqasha izisebenzi esivinini sakhe.


Kodwa waphendula wathi komunye wabo: Mngane, angikoni;


Waphuma ngehora lesithathu, wabona abanye bemi esigcawini, bengenzi lutho;


Kwathi befika abaqashiwe ngehora leshumi nanye, bamukela kwaba yilowo nalowo udenariyu.


Ngiboniseni imali yokuthela. Basebeletha kuye udenariyo.


Wasesithi kubafundi bakhe: Ukuvuna kukhulu, kodwa izisebenzi ziyingcosana;


Siphe, noma singaphi na? Kepha yena ekwazi ukuzenzisa kwabo wathi kubo: “Ningilingelani na? Ngiletheleni udenariyo, ngibone.


Ngokuba uyakuba mkhulu phambi kweNkosi, angaphuzi wayini naphuzo oludakayo; futhi uyogcwaliswa ngoMoya oNgcwele kusukela esizalweni sikanina.


Ka hosasane, ha a tloha, a ntsha didenari tse pedi, a di nea monga ntlo, a re ho yena: Mo hlokomele; mme seo o tla se ntsha ho feta moo, ke tla o buseletsa mohla ke kgutlang.


Ngikhombiseni udenariyu. Inomfanekiso nombhalo kabani? Baphendula bathi: KaKesari.


lokuthi kusukela ebuntwaneni wazi imibhalo engcwele, elamandla okukuhlakaniphisa, kube yinsindiso ngokukholwa kuKristu Jesu.


Ngase ngizwa izwi phakathi kwezidalwa ezine eziphilayo, lithi: “Imbenge kakolweni ngodenariyu, neziseya ezintathu zebhali ngodenariyu; futhi ungawoni amafutha newayini.


Kodwa uSamuweli wayesebenza esemncane phambi kukaJehova, ebhince isambatho samahlombe selineni.


Umntwana uSamuweli wakhula, wathandeka kuJehova nakubantu.


Indodana uSamuweli yamkhonza uJehova phambi kuka-Eli. Izwi likaJehova laliyigugu ngalezo zinsuku; kwakungekho mbono ovulekile.


UJehova wabuye wabonakala eShilo, ngokuba uJehova wazibonakalisa kuSamuweli eShilo ngezwi likaJehova.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan