Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Mathewu 17:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Nokho lolu hlobo aluphumi kuphela ngokukhuleka nokuzila ukudla.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Kepha lolo hlobo aluphumi ngaphandle kokuba kube ngokukhuleka nokuzila ukudla.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

21 Kepha lolu hlobo lwedimoni aluphumi ngaphandle kokukhuleka nokuzila ukudla.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Nokho lolu hlobo aluphumi kuphela ngokukhuleka nokuzila ukudla.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Mathewu 17:21
10 Iomraidhean Croise  

Wathi kubo: Loluhlobo alunakuphuma ngalutho, kuphela ngokukhuleka nokuzila ukudla.


Kwathi besahlezi eGalili, uJesu wathi kubo: INdodana yomuntu izanikelwa ezandleni zabantu.


Wasebiza uJehova, wathi: “Jehova Nkulunkulu wami, umenzele okubi nomfelokazi engigogobele kuye ngokubulala indodana yakhe na?


Ngabhekisa ubuso bami eNkosini uNkulunkulu ukuba ngifune ngomkhuleko nangokunxusa, ngokuzila ukudla, nangendwangu yamasaka, nangomlotha.


Khona uyahamba uthabathe kanye nabanye omoya abayisikhombisa ababi kunaye, bangene bahlale khona; Kuyakuba njalo nakulesi sizukulwane esibi.


Kwathi bekhonza iNkosi, bezila ukudla, uMoya oNgcwele wathi: Ngahlukaniseleni oBarnaba noSawulu emsebenzini engibabizele wona.


Sebebamisele abadala ebandleni ngebandla, bakhuleka nokuzila ukudla, babanikela eNkosini abakholwa yiyo.


Lingagodlelani, ngaphandle kokuthi kube kukuvumelana okwesikhathi, ukuze lizinikele ekuzileni ukudla lekukhulekweni; nibuye nihlangane, ukuze uSathane anganilingi ngokungazithibi kwenu.


Ekukhandlekeni nasezinhlungwini, nasekulindeni kaningi, endlaleni nasekomeni, nasekuzileni ukudla kaningi, emakhazeni nasekuhambeni-ze.


ngokukhuleka konke nokunxusa nikhuleka ngezikhathi zonke ngoMoya, nikulinde ngokubekezela okukhulu nokunxusela abangcwele bonke;


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan