Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Mathewu 13:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Lokho konke uJesu wakukhuluma emaxukwini ngemifanekiso; futhi ngaphandle komfanekiso akakhulumanga kubo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Konke lokho uJesu wakukhuluma ezixukwini ngemifanekiso; ngaphandle komfanekiso kakhulumanga lutho kubo,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

34 UJesu wakukhuluma konke lokhu ezixukwini ngemizekeliso, akukho lutho olunye ake walukhuluma kubo ngaphandle kwemizekeliso,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Lokho konke uJesu wakukhuluma emaxukwini ngemifanekiso; futhi ngaphandle komfanekiso akakhulumanga kubo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Mathewu 13:34
6 Iomraidhean Croise  

Ngakho ngikhuluma kubo ngemifanekiso, ngokuba bebona ababoni; nokuzwa kabezwa, kabaqondi.


Wakhuluma kubo izinto eziningi ngemifanekiso, wathi: “Bhekani, kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela.


UJesu wakhuluma lo mfanekiso kubo, kepha bona kabaqondanga ukuthi kuyini abekukhuluma kubo.


“Lezizinto ngizikhulume kini ngemifanekiso;


Abafundi bakhe bathi kuye: “Bheka, manje usukhuluma ngokusobala, awusakhulumi mfanekiso.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan