Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Mathewu 1:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 U-Asa wazala uJehoshafati; uJehoshafati wazala uJoramu; uJoramu wazala u-Oziya;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 u-Asafa wazala uJosafati, uJosafati wazala uJoramu, uJoramu wazala u-Oziya;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

8 u-Asafa wazala uJehoshafathi, uJehoshafathi wazala uJoramu, uJoramu wazala u-Uziya;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 U-Asa wazala uJehoshafati; uJehoshafati wazala uJoramu; uJoramu wazala u-Oziya;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Mathewu 1:8
12 Iomraidhean Croise  

U-Asa wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide uyise; uJehoshafati indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Bonke abantu bakwaJuda bathatha u-Azariya owayeneminyaka eyishumi nesithupha, bambeka inkosi esikhundleni sikayise u-Amaziya.


UJoramu indodana ka-Ahabi waba yinkosi kwa-Israyeli eSamariya ngomnyaka weshumi nesishiyagalombili kaJehoshafati inkosi yakwaJuda, wabusa iminyaka eyishumi nambili.


Ngomnyaka wesihlanu kaJoramu indodana ka-Ahabi, inkosi yakwa-Israyeli, uJehoshafati eseyinkosi kwaJuda, uJoramu indodana kaJehoshafati inkosi yakwaJuda waba yinkosi.


indodana yakhe uJoramu, indodana yakhe u-Ahaziya, indodana yakhe uJowashi,


UJehoshafati wayeselala koyise, wembelwa koyise emzini kaDavide. UJehoramu indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


USolomoni wazala uRehobowamu; uRehobowamu wazala uAbhiya; uAbhiya wazala uAsa;


U-Oziya wazala uJothamu; uJothamu wazala u-Ahazi; u-Ahazi wazala uHezekiya;


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan