KumaHeberu 3:9 - Contemporary Zulu Bible 20249 Lapho oyihlo bangilingayo, bangivivinya, babona imisebenzi yami iminyaka engamatshumi amane. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE9 lapho oyihlo bangilinga bengihlola, noma bebona imisebenzi yami iminyaka engamashumi amane; Faic an caibideilIsiZulu 20209 lapho okhokho benu bangilinga bengihlola, nakuba babeyibonile imisebenzi yami. Faic an caibideilBaasraak Zulu New Testament Bible9 Lapho oyihlo bangilingayo, bangivivinya, babona imisebenzi yami iminyaka engamatshumi amane. Faic an caibideil |
Ngokuba abantwana bakwa-Israyeli bahamba iminyaka engamashumi amane ehlane, aze abhubha onke amaqhawe aphuma eGibithe, ngokuba bengalilalelanga izwi likaJehova; uJehova afunga kubo ukuthi akayikuba nalutho. Sibabonise izwe uJehova alifungela okhokho babo ukusinika lona, izwe elichichima ubisi nezinyosi.