KumaHeberu 2:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Zonke izinto wazibeka phansi kwezinyawo zakhe. Ngokuba ekubekeni konke phansi kwakhe, akashiyanga lutho olungabekwanga phansi kwakhe. Kodwa kalokhu asikaboni zonke izinto zibe ngaphansi kwakhe. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Ngokuba ekubekeni izinto zonke phansi kwakhe kashiyanga lutho olungabekwanga phansi kwakhe. Kepha kalokhu asikaziboni izinto zonke zibekiwe phansi kwakhe; Faic an caibideilIsiZulu 20208 Lapho ebeka konke phansi kwezinyawo zakhe, kashiyanga lutho okungabekwanga phansi kwakhe. Kepha manje asikaziboni izinto zonke zibekwe phansi kwakhe. Faic an caibideilBaasraak Zulu New Testament Bible8 Zonke izinto wazibeka phansi kwezinyawo zakhe. Ngokuba ekubekeni konke phansi kwakhe, akashiyanga lutho olungabekwanga phansi kwakhe. Kodwa kalokhu asikaboni zonke izinto zibe ngaphansi kwakhe. Faic an caibideil |