Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




KuFilemoni 1:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngikubhalele ngethemba lokulalela kwakho, ngazi ukuthi nawe uyakwenza okungaphezu kwalokho engikushoyo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Ngikulobele ngokwethemba ukulalela kwakho, ngazi ukuthi uzakwenza nokungaphezu kwengikushoyo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

21 Ngikulobela lokhu ngoba ngineqiniso lokuthi uzongilalela, ngiyazi futhi ukuthi engikushilo ngenhla uzokwenza.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Ngikubhalele ngethemba lokulalela kwakho, ngazi ukuthi nawe uyakwenza okungaphezu kwalokho engikushoyo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




KuFilemoni 1:21
6 Iomraidhean Croise  

njalo uyaqiniseka ukuthi wena ungumholi weziphofu, ukukhanya kwabasebumnyameni;


Nganilobela lokhu, ukuze kuthi ekufikeni kwami ngingabi lusizi yilabo engimelwe ukuthokoza ngabo; nginethemba ngani nonke ukuthi intokozo yami iyinjabulo yenu nonke.


Ngakho-ke ngiyathokoza ukuthi ezintweni zonke ngiyalithemba;


Sithumile kanye nabo umzalwane wethu esimbonise kaningi ukuthi ukhuthele ezintweni eziningi, kepha manje ukhuthele kakhulu ngenxa yokuqiniseka okukhulu enginakho ngani.


Ngilethemba ngani eNkosini, ukuthi aniyikucabanga ngenye indlela;


Kepha siyethemba eNkosini ngani, ukuthi lokhu esiniyala ngakho niyakwenza, niyakukwenza.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan