Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




KuFilemoni 1:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Okwakukade kungasizi kuwe, kepha manje kuyasiza kuwe nakimi;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 okade engenalusizo kuwe, kepha kalokhu unosizo nakuwe nakimi,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

11 Wayekade engenamsebenzi walutho kuwe, kodwa manje uselusizo kithi sobabili.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Okwakukade kungasizi kuwe, kepha manje kuyasiza kuwe nakimi;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




KuFilemoni 1:11
10 Iomraidhean Croise  

Lapho inceku engancediyo yiphoseleni ebumnyameni obungaphandle; lapho kuzakuba khona ukukhala lokugedla amazinyo.


Ngokuba le ndodana yami ibifile, isiyaphila futhi; ubelahlekile, usetholakele. Basebeqala ukujabula.


Bekufanele ukuthi sijabule sithokoze, ngokuba umfowenu lo ubefile, wabuye waphila; yayilahlekile, yafunyanwa.


Kanjalo nani, nxa nenze konke enikuyaliwe, anothi: ‘Siyizinceku ezingasizi;


Baphambukile bonke, basebeyize kanyekanye; akakho owenza okuhle, akakho noyedwa.


NguLuka yedwa onami. Thatha uMarku, uze naye, ngokuba uyasiza kimi enkonzweni.


Ngiyakuncenga ngendodana yami u-Onesimu, engiyizele ngiboshiwe;


enanikade ningesiso isizwe, kepha manje ningabantu bakaNkulunkulu, enaningahawukelwanga, kepha manje nihawukelwe.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan