IzEnzo 22:1 - Contemporary Zulu Bible 20241 Madoda, bazalwane, nawobaba, yizwani ukuziphendulela kwami kini manje. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE1 “Madoda, bazalwane, nani bobaba, yizwani ukuziphendulela kwami phambi kwenu kalokhu.” Faic an caibideilIsiZulu 20201 “Madoda, bazalwane, nani bobaba, lalelani ukuziphendulela kwami phambi kwenu manje.” Faic an caibideilBaasraak Zulu New Testament Bible1 Madoda, bazalwane, nawobaba, yizwani ukuziphendulela kwami kini manje. Faic an caibideil |
Ngokuba bhekani khona yona le nto, ukuthi nadabukiswa ngokukaNkulunkulu, ukukhuthala okungaka kwakwenza kini, yebo, ukuzikhulula, yebo, ukuthukuthela, yebo, ukwesaba, yebo, ukushisekela okukhulu, yebo, ukushisekela okukhulu, yebo, impindiselo engaka! Kuzo zonke izinto nizibonakalisile nina ukuthi nimsulwa kule ndaba.