Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IzEnzo 13:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Ngesabatha elilandelayo kwabuthana cishe umuzi wonke ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Ngesabatha elilandelayo kwabuthana kucishe umuzi wonke ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

44 NgeSabatha elilandelayo, kwabuthana cishe bonke abavela emzini ukuba bazokuzwa izwi likaNkulunkulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Ngesabatha elilandelayo kwabuthana cishe umuzi wonke ukuzwa izwi likaNkulunkulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IzEnzo 13:44
6 Iomraidhean Croise  

Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nomniki-mthetho phakathi kwezinyawo zakhe aze afike uShilo; futhi kuyakuba kuye ukubuthwa kwabantu.


Abantu bakho bayakuvuma ngosuku lwamandla akho, ebuhleni bobungcwele kwasesizalweni; unamazolo obusha bakho.


Kuyakuthi ngalolo suku impande kaJese ime njengebhanela labantu; emva kwalokho abezizwe bayakufuna, nokuphumula kwakhe kuyakuba yinkazimulo.


Ngubani ondiza njengefu nanjengamajuba esiya emafasiteleni awo?


Bheka, umuzi wonke waphuma ukumhlangabeza uJesu; bathi bembona, bamncenga ukuba amuke emikhawulweni yabo.


Kepha bona sebemukile ePherge bafika e-Antiyokiya yasePhisidiya, bangena esinagogeni ngosuku lwesabatha, bahlala phansi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan