IsiLilo 4:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Bazingela izinyathelo zethu, ukuze singahambi ezitaladini zethu; ukuphela kwethu kuseduze, izinsuku zethu ziphelele; ngoba ukuphela kwethu sekufikile. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Bazingela izinyathelo zethu ukuba singahambi ezigcawini zethu. Ukugcina kwethu kuseduze, izinsuku zethu zigcwele, yebo, ukugcina kwethu kufikile. Faic an caibideilIsiZulu 202018 Izitha zethu zasizingela nomaphi lapho sibalekela khona, sasingasakwazi ukuhamba emigwaqweni yakithi. Isiphetho sethu sase sisondele, nezinsuku zethu sezibaliwe, nokuphela kwethu kwase kufikile. Faic an caibideil |