IsiLilo 2:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 UJehova wahlosa ukudiliza ugange lwendodakazi yaseSiyoni; Welula umucu wokulinganisa, isandla sakhe asihlehlanga ukubhubhisa; ngalokho wenza ukuba kukhale imiduli nogange; baphelelwa amandla kanyekanye. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UJehova wayecebile ukuchitha ugange lwendodakazi yaseSiyoni; wawelula umucu wokulinganisa, akabuyisanga isandla sakhe ekuchitheni; wenza ukuba kukhale ugange nodonga, kudangale kanyekanye. Faic an caibideilIsiZulu 20208 USimakade wayekuhlosile ukubhubhisa udonga lwendodakazi iZiyoni; welula intambo yokulinganisa, akasibambanga isandla sakhe ekubhubhiseni; washiya imigoqo nezindonga kukhala; kuyincithakalo. Faic an caibideil |