Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




IsAmbulo 19:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Esembathweni sakhe nasethangeni lakhe kunegama lilotshiwe ukuthi: INKOSI YAMAKHOSI, NOMBUSI WABABUSI.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Unegama lilotshiwe engutsheni yakhe nasethangeni lakhe elithi: INKOSI YAMAKHOSI NOMBUSI WABABUSI

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

16 Engutsheni yakhe nasethangeni lakhe kulotshwe igama elithi: INKOSI YAMAKHOSI NOMBUSI WABABUSI.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Esembathweni sakhe nasethangeni lakhe kunegama lilotshiwe ukuthi: INKOSI YAMAKHOSI, NOMBUSI WABABUSI.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




IsAmbulo 19:16
13 Iomraidhean Croise  

Dumisani iNkosi yamakhosi, ngokuba umusa wayo umi phakade.


Yebo, onke amakhosi ayakuwa phambi kwakhe; zonke izizwe ziyakumkhonza.


Futhi ngizamenza izibulo lami, phezu kwamakhosi omhlaba.


Inkosi yamphendula uDaniyeli, yathi: “Kuyiqiniso ukuthi uNkulunkulu wakho unguNkulunkulu wawonkulunkulu, neNkosi yamakhosi, nomambuli wezimfihlakalo, lokhu wena ukwazile ukwambula le mfihlakalo;


Inkosi iyakuphendula, ithi kubo: Ngiqinisile ngithi kini: Njengoba nikwenzile komunye walaba bafowethu abancane, nikwenzile nakimi.


Ngokuba uJehova uNkulunkulu wenu unguNkulunkulu wawonkulunkulu, neNkosi yamakhosi, uNkulunkulu omkhulu, onamandla nonamandla, ongakhethi buso bamuntu, ongamukeli umvuzo.


Eyakuyibonakalisa ngezikhathi zayo, obusisiweyo nowedwa uMbusi, iNkosi yamakhosi, noMbusi wababusi;


nakuJesu Kristu, ongufakazi othembekileyo, nezibulo kwabafileyo, nombusi wamakhosi omhlaba. Kuye owasithandayo nowasigeza ezonweni zethu ngegazi lakhe.


Laba bayakulwa neWundlu, kepha iWundlu liyakubanqoba, ngokuba liyiNkosi yamakhosi, neNkosi yamakhosi;


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle imana elifihliweyo, ngimnike itshe elimhlophe, nasetsheni igama elisha elilotshiwe, elingaziwa muntu, kuphela owemukelayo.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan