IsAmbulo 10:5 - Contemporary Zulu Bible 20245 Ingelosi engayibona imi phezu kolwandle naphezu komhlaba yasiphakamisela isandla sayo ezulwini. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Ingelosi engayibona imi phezu kolwandle naphezu komhlabathi yayisiphakamisela ezulwini isandla sayo sokunene, Faic an caibideilIsiZulu 20205 Ingelosi engayibona ime phezu kolwandle naphezu komhlabathi, yaphakamisa isandla sayo sokunene yasibhekisa ezulwini, Faic an caibideilBaasraak Zulu New Testament Bible5 Ingelosi engayibona imi phezu kolwandle naphezu komhlaba yasiphakamisela isandla sayo ezulwini. Faic an caibideil |
Ngase ngizwa ukuthi indoda eyembethe ilineni, eyayiphezu kwamanzi omfula, yaphakamisela ezulwini isandla sayo sokunene nesokhohlo, yafunga yena ophilayo kuze kube phakade ukuthi okwesikhathi, nezikhathi, nengxenye; futhi lapho eseqedile ukuhlakaza amandla abantu abangcwele, zonke lezi zinto ziyofezeka.