Hoseya 12:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Ungumthengisi, izilinganiso zenkohliso zisesandleni sakhe; uthanda ukucindezela. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 IKhanani linesilinganiso esikhohlisayo esandleni salo, lithanda ukukhahlameza. Faic an caibideilIsiZulu 20207 IKhanani liphethe izikali zenkohliso esandleni salo, liyakuthanda ukuqola. Faic an caibideil |
Bhekani, ngilapha; fakazani ngami phambi kukaJehova naphambi kogcotshiweyo wakhe ukuthi ngithathe izinkomo zikabani na? noma ngithathe imbongolo kabani? kumbe ngikhohlise bani? ngicindezele bani? Ngemukele esandleni sikabani isifumbathiso ukuba ngiphuphuthekise amehlo ami ngaso na? futhi ngizokubuyisela kuwe.