Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Hoseya 12:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wabamba umfowabo ngesithende esiswini sikanina, ngamandla akhe waba namandla kuNkulunkulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Esiswini wabamba umfowabo ngesithende, nasebudodeni bakhe walwa noNkulunkulu;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 Esesibelethweni wabamba umfowabo ngesithende, esenamandla wabambana noNkulunkulu.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Hoseya 12:3
14 Iomraidhean Croise  

Ngasemuva kwaphuma umfowabo, isandla sakhe sabamba isithende sika-Esawu; igama lakhe lalinguJakobe, u-Isaka wayeneminyaka engamashumi ayisithupha ekuzalweni kwabo.


Ngakho uJehova wabathukuthelela kakhulu u-Israyeli, wabasusa ebusweni bakhe; akwasala muntu, isizwe sakwaJuda kuphela.


UJehova wayilahla yonke indlu yakwa-Israyeli, wayicindezela, wayinikela esandleni sababhubhisi, waze wabalahla ebusweni bakhe.


UJehova waze wamsusa u-Israyeli ebusweni bakhe, njengokusho kwakhe ngezinceku zakhe zonke, abaprofethi. Ngakho u-Israyeli wathunjwa ezweni lakubo wayiswa e-Asiriya kuze kube namuhla.


Ngalokho ngisakhuluma kini, usho uJehova, ngilwe nabantwana babantwana benu.


Manje ukuphela sekufikile phezu kwakho, futhi ngizothumela intukuthelo yami phezu kwakho futhi ngikwahlulele njengezindlela zakho futhi ngibuyisele kuwe ngazo zonke izinengiso zakho.


Manje ngiyakuthulula ukufutheka kwami phezu kwakho masinyane, intukuthelo yami iphumele phezu kwakho; ngiyakukwahlulela njengezindlela zakho, ngibuyisele kuwe zonke izinengiso zakho.


Zwanini izwi likaJehova nina bantwana bakwa-Israyeli, ngokuba uJehova unokuphikisana nabakhileyo ezweni, ngokuba akukho qiniso, akukho umusa, akukho kwazi uNkulunkulu ezweni.


Futhi njengabantu kuyakuba khona njengabapristi, futhi ngiyobahambela ngenxa yezindlela zabo futhi ngibuyisele kubo izenzo zabo.


Usho kanje uJehova, uthi: “Ngenxa yeziphambeko ezintathu zakwaJuda, nangenxa yezine, angiyikukubuyisa ukujeziswa kwakhe; ngokuba badelela umthetho kaJehova, kabagcinanga imiyalo yakhe, amanga abo abadukisa njengalokho abahamba oyise.


Zwanini nina zintaba, ukuphikisana kukaJehova, nani zisekelo zomhlaba eziqinile, ngokuba uJehova ubambene nabantu bakhe; uyakulwa no-Israyeli.


(Ngoba abantwana bengakazalwa, bengakenzi okuhle lokubi, ukuze icebo likaNkulunkulu elingokokukhetha lime, lingaveli emisebenzini, kodwa kulowo obizayo);


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan