Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Hoseya 10:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 ISamariya inkosi yalo iqunyiwe njengegwebu emanzini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Inyamalele inkosi yaseSamariya njengebazelo ebusweni bamanzi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

7 ISamariya nenkosi yalo kuyomuka njengebazela lintanta emanzini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Hoseya 10:7
9 Iomraidhean Croise  

Emva kwalokho uNaboti waseJizreyeli wayenesivini esasiseJizreyeli ngasesigodlweni sika-Ahabi inkosi yaseSamariya.


Kepha ingelosi kaJehova yathi ku-Eliya waseThishibi: “Suka ukhuphuke ukuhlangabezana nezithunywa zenkosi yaseSamariya, uthi kuzo: ‘Akungoba kungekho Nkulunkulu kwa-Israyeli yini ukuba nihambe niyobuza kuBali Zebule? unkulunkulu wase-Ekroni?


UHoseya, indodana ka-Ela, wamenzela ugobe uPheka, indodana kaRemaliya, wamehlula, wambulala, wabusa esikhundleni sakhe ngomnyaka wamashumi amabili kaJothamu indodana ka-Uziya.


Inkosi yase-Asiriya yafumana ugobe kuHoseya, ngokuba yathuma izithunywa enkosini yaseGibithe, ingalethi isipho enkosini yase-Asiriya njengokwenza kwakhe iminyaka ngeminyaka; ngalokho inkosi yase-Asiriya yamvalela, yambopha etilongweni.


Iyakwenze njalo kini iBethele ngenxa yobubi benu obukhulu; ekuseni inkosi yakwa-Israyeli iyakushaywa ngesiqalekiso.


Ngokuba manje bayakuthi: ‘Asinankosi, ngokuba asimesabanga uJehova; khona-ke inkosi ingasenzani?


Izintaba zase-Aveni, isono sika-Israyeli, ziyakuchithwa; ameva nekhakhasi kuyakumila phezu kwama-altare abo; bayakuthi ezintabeni: Sisibekeleni; nakumagquma: Welani phezu kwethu.


Ngakunika inkosi ngolaka lwami, ngayisusa ngolaka lwami.


amagagasi olwandle abilayo, ekhihliza amahlazo awo; izinkanyezi ezidukayo, ezigcinelwe ubumnyama bobumnyama kuze kube phakade.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan