Hagayi 1:12 - Contemporary Zulu Bible 202412 Khona uZerubhabhele indodana kaSheyalitiyeli, noJoshuwa indodana kaJehosadeki, umpristi omkhulu, nayo yonke insali yabantu balilalela izwi likaJehova uNkulunkulu wabo namazwi kaHagayi umprofethi, njengeNkosi uNkulunkulu wabo. Wamthuma, abantu besaba phambi kukaJehova. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE12 UZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJoshuwa indodana kaJehosadaki, umpristi omkhulu, nayo yonke insali yabantu balalela izwi likaJehova uNkulunkulu wabo namazwi kaHagayi umprofethi, njengokuba uJehova uNkulunkulu wabo emthumile; abantu besaba phambi kukaJehova. Faic an caibideilIsiZulu 202012 UZerubhabhele, indodana kaSheyalitiyeli noJoshuwa, indodana kaJehozadaki, umphristi omkhulu, nayo yonke insali yabantu, balilalela izwi likaSimakade uNkulunkulu wabo namazwi kaHagayi umphrofethi, njengoba uSimakade uNkulunkulu wabo ayemthumile. Abantu besaba phambi kukaSimakade. Faic an caibideil |