Esteri 9:2 - Contemporary Zulu Bible 20242 AbaJuda babuthana emizini yabo kuzo zonke izifunda zenkosi u-Ahashiveroshi ukuba babeke izandla phezu kwababefuna okubi kwabo; futhi akekho owayengamelana nabo; ngoba ukwesaba kwabo kwehlela phezu kwabantu bonke. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 AbaJuda babuthana emizini yabo ezifundeni zonke zenkosi u-Ahashiveroshi ukuba babeke izandla kulabo ababefuna ukubalimaza; akubangakho ongamelana nabo, ngokuba abantu bonke babehlelwe yingebhe ngabo. Faic an caibideilIsiZulu 20202 Kuzo zonke izifundazwe zenkosi u-Ahasheveroshi, nakuyo yonke imizi lapho kwakuhlala khona abaJuda, abaJuda bahlangana ukuzobulala bonke ababekade befuna ukubabhubhisa. Akukho namunye owayezomelana nabaJuda, ngokuba zonke izizwe zase zibesaba kakhulu. Faic an caibideil |