Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




Esteri 9:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ngalolo suku inani lababulawa esigodlweni sikaSusan lalethwa phambi kwenkosi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ngalolo suku inani lababuleweyo eShushani endlini yenkosi lalethwa phambi kwenkosi.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

11 Ngalolo lusuku, umbiko ngenani lalabo ababebulewe enhlokomuzi iShushani, wethulelwa inkosi,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




Esteri 9:11
4 Iomraidhean Croise  

Amadodana ayishumi kaHamani indodana kaHamedatha, isitha sabaJuda, ababulala; kepha abazibekanga izandla zabo empangweni.


Inkosi yathi ku-Esteri indlovukazi: “AmaJuda abulala, achitha abantu abangamakhulu ayisihlanu esigodlweni sikaSusani kanye namadodana ayishumi kaHamani; benzani kwezinye izifunda zenkosi? manje siyini isicelo sakho? uyakunikwa; noma yisiphi isicelo sakho futhi? futhi kuyokwenzeka.


Kepha abaJuda ababeseShushani babuthana ngolweshumi nantathu nangolweshumi nane; ngosuku lweshumi nanhlanu lwaso baphumula, balwenza lwaba usuku lwedili nolokuthokoza.


Ngasengibona embonweni; ngabona, ngiseShushani endlini yenkosi esesifundeni sase-Elamu; ngabona embonweni, ngasemfuleni i-Ulayi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan