Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 77:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ugcina amehlo ami ephapheme; ngikhathazekile, angikwazi ukukhuluma.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uzibambile izinkophe zamehlo ami, angavaleki; ngikhathazekile, angisakwazi ukukhuluma.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

4 Uzibambile izinkophe zami, amehlo ami awavaleki. Ngikhathazekile, akusakhulumeki.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 77:4
5 Iomraidhean Croise  

Ngalobo busuku inkosi ayizange ilale ubuthongo, yayala ukuba kulethwe incwadi yemilando; zafundwa phambi kwenkosi.


Bahlala phansi naye izinsuku eziyisikhombisa nobusuku obuyisikhombisa, akwabakho owakhuluma naye, ngokuba babona ukuthi usizi lwakhe lwalulukhulu kakhulu.


Ngokuba manje bekuyakuba nzima kunesihlabathi solwandle; ngalokho amazwi ami ayaginywa.


Ngikhathele ukububula kwami; ubusuku bonke ngigezisa umbhede wami; nginisela ukhukho lwami ngezinyembezi.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan