Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 64:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Abalungileyo bayakuthokoza kuJehova, bathembele kuye; bonke abaqotho ngenhliziyo bayakuzibonga.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Olungileyo uyakujabula kuJehova, aphephele kuye; bonke abaqotho ngenhliziyo bayakuzibonga.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

10 Olungileyo uyothokoza kuSimakade, aphephele kuye. Bonke abaqotho ngenhliziyo, badumise.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 64:10
12 Iomraidhean Croise  

Abalungileyo bayakubona, bajabule, nabangenacala bayabahleka.


Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba uJehova; nisho kanjani emphefumulweni wami ukuthi: “Balekela entabeni yakho njengenyoni na?


Inzalo yakhe izakuba lamandla emhlabeni; isizukulwane sabaqotho siyakubusiswa.


Londoloza umphefumulo wami, ungisindise; mangingajabhi; ngoba ngithemba wena.


Jabulani kuJehova, nethabe nina balungileyo, nethabe nina nonke eniqotho ngenhliziyo.


Wafaka igama elisha emlonyeni wami, indumiso ngenkazimulo kaNkulunkulu wethu; abaningi bayakukubona, besabe, bamethembe uJehova.


Olungileyo uyakuthokoza lapho ebona impindiselo; uyogeza izinyawo zakhe egazini lababi.


Ukukhanya kuhlwanyelwa olungileyo, nenjabulo kwabaqotho ngenhliziyo.


Kepha mangingazibonga mina, kuphela ngesiphambano seNkosi yethu uJesu Kristu, okubethelwe ngaye izwe kimi, nami ezweni.


Jabulani eNkosini njalonjalo; ngiyaphinda ngithi: Jabulani.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan