Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 45:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Lalela, ndodakazi, ubeke indlebe, ubeke indlebe yakho; khohlwa abantu bakho nendlu kayihlo;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Mawuzwe-ke, ndodakazi, uqaphele, ubeke indlebe yakho, ukhohlwe isizwe sakini nendlu kayihlo,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

10 Lalela-ke, ndodakazi, qaphela, ubeke indlebe yakho, ukhohlwe ngabantu bakini nangendlu kayihlo,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 45:10
14 Iomraidhean Croise  

UJehova wathi ku-Abrama: “Suka ezweni lakini, nasezihlotsheni zakho, nasendlini kayihlo, uye ezweni engiyakukukhombisa lona.


Ngakho indoda izatshiya uyise lonina inamathele kumkayo, njalo bazakuba nyamanye.


Bafika e-Ofiri, balanda khona igolide, amathalenta angamakhulu amane namashumi amabili, baliletha enkosini uSolomoni.


Wathi kuye: “Angiyikuhamba; kepha ngiyakumuka, ngiye ezweni lakithi nasemndenini wami.


Othanda uyise noma unina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele.


Nalowo oshiye izindlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu, ngenxa yegama lami, uyakwamukeliswa okuphindwe kakhulu, adle ifa lokuphila okuphakade.


Uma umuntu eza kimi, engazondi uyise, nonina, nomkakhe, nabantwana, nabafowabo, nawodadewabo, yebo, nokuphila kwakhe futhi, angebe ngumfundi wami.


Ngakho-ke kusukela manje asisazi muntu ngokwenyama; yebo, noma sesimazi uKristu ngokwenyama, nokho kusukela manje asisamazi.


Ngalokho phumani phakathi kwabo, nahlukane nabo, isho iNkosi, ningathinti okungcolileyo; futhi ngizokwamukela,


Kumelwe asuse ingubo yakhe yokuthunjwa futhi ahlale endlini yakho alilele uyise nonina inyanga yonke; emva kwalokho ungene kuye, ube yindoda yakhe, yena abe ngumkakho.


owathi kuyise nonina: “Angimbonanga; akabazi abafowabo, akabazi nabantwana bakhe, ngokuba baligcinile izwi lakho, bagcina isivumelwano sakho.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan