Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 39:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Inhliziyo yami yafudumala phakathi kwami, lapho ngicabanga umlilo ovuthayo; ngase ngikhuluma ngolimi lwami.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Inhliziyo yami yavutha phakathi kwami; kwaphembeka umlilo ngisazindla; ngakhuluma ngolimi lwami.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

3 Inhliziyo yami yabila ngaphakathi, kwaphembeka umlilo ngisazindla, ngakuphumisela ngolimi lwami.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 39:3
3 Iomraidhean Croise  

Ngase ngithi: “Angisayikumkhuluma, angisayikukhuluma egameni lakhe.” Kepha izwi lakhe lalinjengomlilo ovuthayo ovalelwe emathanjeni ami enhliziyweni yami;


UMoya wangiphakamisa, wangisusa; ngahamba nginomunyu ekushiseni komoya wami; kepha isandla sikaJehova sasinamandla phezu kwami.


Base bethi omunye komunye: “Inhliziyo yethu ibingavuthi yini phakathi kwethu, lapho ekhuluma kithi endleleni, nalapho esivulela imibhalo, na?


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan