Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 19:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Amazulu ashumayela inkazimulo kaNkulunkulu; nomkhathi ubonisa umsebenzi wezandla zakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Amazulu ayalanda ngenkazimulo kaJehova, nomkhathi ushumayela umsebenzi wezandla zakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

1 Amazulu alanda ngenkazimulo kaNkulunkulu, umkhathi umemezela ngomsebenzi wezandla zakhe.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 19:1
13 Iomraidhean Croise  

Wakubona, wamemezela; wayilungisa, yebo, wayiphenya.


Izulu, yebo, izulu ngelikaJehova, kepha umhlaba wawunika abantwana babantu.


Ngezwi likaJehova izulu lenziwa; nalo lonke ibandla lawo ngomoya womlomo wakhe.


Amazulu ayakumemezela ukulunga kwakhe, ngokuba uNkulunkulu ungumahluleli. Sela.


Lapho ngibona amazulu akho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi ozimisileyo;


Labahlakaniphileyo bayakukhanya njengokubenyezela komkhathi; nalabo abaphendulela abaningi ekulungeni njengezinkanyezi kuze kube phakade naphakade.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan