Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 17:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Njengengonyama ehahela impango, nanjengebhongo lengonyama elicasha ezindaweni zokucasha.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Unjengengonyama ehahela ukubamba, njengebhongo lengonyama elilele ezindaweni ezisithekileyo.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

12 Ufana nebhubesi elilambile, nanjengebhongo lengonyama licuthe ehlozini.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 17:12
5 Iomraidhean Croise  

Uqamekela njengengonyama emphandwini wayo; uqamekela ukubamba abampofu; uyabamba ompofu lapho emdonsela enetheni lakhe.


Zangikhamisela imilomo yazo njengengonyama edwengulayo nebhodlayo.


Ukuze angadwenguli umphefumulo wami njengengonyama, awuklebhule, kungekho osindisayo.


Nokho iNkosi yema nami, yangiqinisa; ukuze ngami ivangeli laziwe ngokugcwele, nezizwe zonke zizwe; ngakhululwa emlonyeni wengonyama.


Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan