Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AmaHubo 143:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngiyakhumbula izinsuku zasendulo; ngiyazindla ngemisebenzi yakho yonke; ngizindla ngomsebenzi wezandla zakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngiyakhumbula izinsuku zasendulo, ngizindla ngemisebenzi yakho yonke, ngicabange ngezenzo zezandla zakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

5 Ngiyazikhumbula izinsuku zasendulo, ngizindla ngemisebenzi yakho yonke, ngicabange ngezenzo zezandla zakho.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AmaHubo 143:5
10 Iomraidhean Croise  

U-Isaka waphuma sekuhlwile ukuyozindla ensimini; waphakamisa amehlo akhe, wabona, amakamela ayesiza.


Wenza abantu bacabange ngezimangaliso zakhe: uJehova ulomusa lesihawu.


Nkulunkulu wami, umphefumulo wami udangele phakathi kwami; ngalokho ngiyakukhumbula ngisezweni laseJordani, naseHermoni, entabeni yaseMisari.


O bantu bami, khumbulani lokho uBalaki inkosi yakwaMowabi akucebisa ngakho, nalokho uBileyamu indodana kaBeyori amphendula ngakho kusukela eShithimi kuze kube eGiligali; ukuze nazi ukulunga kukaJehova.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan