AmaHubo 12:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 UJehova uyakunquma zonke izindebe ezithophayo nolimi olukhuluma izinto ezizidlayo. Faic an caibideilIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 UJehova uyakunquma zonke izindebe ezithophayo, ulimi olukhuluma amazwi amakhulu, Faic an caibideilIsiZulu 20203 Sengathi uSimakade angazinquma izindebe ezithophayo, ulimi olukhuluma amazwi okuziqhayisa. Faic an caibideil |
Ndodana yomuntu, yisho enduneni yaseTire, uthi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngoba inhliziyo yakho iphakeme futhi wena wathi: NginguNkulunkulu, ngihlezi esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu, phakathi kolwandle; nokho ungumuntu hhayi uNkulunkulu, ngisho noma ubeka inhliziyo yakho njengenhliziyo kaNkulunkulu.