Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 9:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 U-Abimeleki indodana kaJerubali waya eShekemi kubafowabo bakanina, wakhuluma kubo nakuwo wonke umndeni wendlu kayise, wathi:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 U-Abimeleki indodana kaJerubali* waya kubafowabo bakanina, wakhuluma kubo nomndeni wonke wendlu kayise kanina, wathi:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

1 U-Abhimelekhi, indodana kaJerubhali, waya eShekhemi ezihlotsheni zikanina nakubo bonke abomndeni wasekhayakonina, wathi:

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 9:1
13 Iomraidhean Croise  

UJakobe wafika eSalema, umuzi wakwaShekemi, osezweni laseKhanani, ekuphumeni kwakhe ePhadani Aramu; wamisa itende lakhe phambi komuzi.


UShekemi indodana kaHamori umHivi, umbusi wezwe, wambona, wamthatha, walala naye, wangcolisa.


U-Abisalomu wenze njalo ku-Israyeli wonke abeza enkosini ukuba ahlulele; u-Abisalomu weba izinhliziyo zamadoda akwa-Israyeli.


Futhi lapho uJerobowamu eya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wafika eShekemi ukumbeka inkosi.


Kwathi wonke u-Israyeli esezwile ukuthi uJerobowamu ubuyile, bathumela bambizela ebandleni, bambeka inkosi phezu kuka-Israyeli wonke; akubangakho owalandela indlu kaDavide, kuphela isizwe sakwaJuda sodwa.


Basebethuma bambiza. UJerobowamu nayo yonke inhlangano yakwa-Israyeli beza bakhuluma kuRehobowamu, bathi:


Base bethi: “Wozani sicebe amacebo ngoJeremiya; ngokuba umthetho awuyikubhubha kumpristi, neseluleko sohlakaniphileyo nezwi lomprofethi. Wozani simshaye ngolimi, singanaki amazwi akhe.


kwafika abanye bevela eShekemi, eShilo naseSamariya, abantu abangamashumi ayisishiyagalombili, bephucile, nezingubo zabo ziklebhukile, bezisikile, bephethe iminikelo nempepho ezandleni zabo, ukuba balethe endlini kaJehova.


Babeka iKedeshi eGalile entabeni yakwaNafetali, neShekemi ezintabeni zakwa-Efrayimi, neKiriyatarba eliyiHebroni ezintabeni zakwaJuda.


UGideyoni wayenamadodana angamashumi ayisithupha esinqeni sakhe, ngokuba wayenabafazi abaningi.


Nesancinza sakhe esasiseShekemi naso samzalela indodana, igama layo laqamba igama layo ngokuthi u-Abimeleki.


Futhi ababonisanga umusa endlini kaJerubali, uGideyoni, njengakho konke okuhle abenzela u-Israyeli.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan