Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 8:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Amadoda akwa-Israyeli athi kuGideyoni: “Sibuse, wena nendodana yakho, nendodana yendodana yakho, ngokuba usisindisile esandleni sakwaMidiyani;

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Abantu bakwa-Israyeli bathi kuGideyoni: “Sibuse, wena nendodana yakho, nendodana yendodana yakho futhi, ngokuba usisindisile esandleni sakwaMidiyani.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

22 Abakwa-Israyeli bathi kuGideyoni: “Sibuse, wena nendodana yakho nomzukulu wakho, ngokuba usikhululile esandleni sabakwaMidiyani.”

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 8:22
7 Iomraidhean Croise  

Kwase kudlula abathengi bakwaMidiyani; bamkhipha uJosefa emgodini, bakhuphula uJosefa, bathengisa ngoJosefa kuma-Ishmayeli ngamashekeli angamashumi amabili esiliva; bamyisa uJosefa eGibithe.


Kwathi uJesu esazi ukuthi bazakuza ukumbamba ngamandla, bambeke inkosi, wabuya wasuka waya entabeni yena yedwa.


Base bethi oSeba noSalimuna: “Sukumani, nisihlasele, ngokuba anjalo umuntu amandla akhe.” UGideyoni wasukuma, wabulala oSheba noSalimuna, wathatha imihlobiso eyayisezintanyeni zamakamela abo.


Wayesethi uGideyoni kubo: “Angiyikunibusa, nendodana yami ayiyikunibusa; uJehova uyakubusa phezu kwenu.


Lapho nibona ukuthi uNahashi, inkosi yabantwana bakwa-Amoni, uyeza ukulwa nani, nathi kimi: ‘Qha; kepha inkosi iyakusibusa, lapho uJehova uNkulunkulu wenu eyinkosi yenu.


Wathi kuye: “Bheka, usumdala, amadodana akho awahambi ngezindlela zakho; manje simisele inkosi ukuba isahlulele njengezizwe zonke.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan