Biblia Todo Logo
Bìoball air-loidhne

- Sanasan -




AbAhluleli 6:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Lapho abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova ngenxa yamaMidiyani.

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwathi lapho abantwana bakwa-Israyeli besakhala kuJehova ngenxa yakwaMidiyani,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac

IsiZulu 2020

7 Lapho abakwa-Israyeli bekhala kuSimakade ngenxa yabakwaMidiyani,

Faic an caibideil Dèan lethbhreac




AbAhluleli 6:7
5 Iomraidhean Croise  

Kodwa walubona usizi lwabo lapho ezwa ukukhala kwabo.


Lapho abantwana bakwa-Israyeli bembiza uJehova, uJehova wabavusela abantwana bakwa-Israyeli umsindisi owabakhulula, u-Otheniyeli indodana kaKenazi, umfowabo omncane kaKalebi.


U-Israyeli waba mpofu kakhulu ngenxa yabakwaMidiyani; abantwana bakwa-Israyeli bakhuleka kuJehova.


UJehova wathuma umprofethi kubantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Nganikhuphula eGibithe, nganikhipha endlini yobugqila;


Base bebiza uJehova, bathi: “Sonile, ngokuba simshiyile uJehova, sakhonza oBali no-Ashitaroti; kepha manje usikhulule esandleni sezitha zethu, siyakukukhonza.


Lean sinn:

Sanasan


Sanasan